Unofficial: kindness

Unofficial: kindness never give up... without respect love is lost.... without caring love is boring....

19/04/2018

Ningakhathazeki ngokuthi nizodlani nangokuthi nizombathani ngokuba yena uyazazi izidingo zenu ningakasho

28/03/2018

Nkulunkulu siyabonga umusa osenzela wona sikwazile ukuvuka nangololusuku akubanga ukwazi kwethu kepha kube inkazimulo yakho namandla siyabonga nkosi ujesu.

15/02/2018

God bless you in this morning

14/02/2018

good night god may bless you

31/01/2018

Bese kufika kuye indoda eyayime kahle ujayiru egulelwa indodakazi yakhe ufika kujesu uyamcela ukuba baye khaya eyophilisa indodakazi yakhe besahamba endleleni bese ithi lendoda nooo akubalulekile ukuthi uze ufike ekhaya khuluma izwi liyophilisa indodakazi yami wamangala ujesu wathi angikaze ngimbone umuntu onokukholwa okungaka wakhuluma izwi waphila umuntu

11/08/2017

Babusisiwe abanza izingubo zabo ukuba bathole ilungelo labo emthini wokuphila bangene emzini ngamasango

11/08/2017

Sometimes unkulunkulu yakwenza uzibone sengathi uyahlupheka akanti kukhulu akakuphe khona kukho konke obhekene nakho noma ngabe uyabona ukuthi kungaphezulu kwamandla akho kumele wazi ukuthi akukho angaphezu kwamandla akhe uma uthatha konke okwakho ukunikela kuye yena ukwenzela izimangaliso ake wenzenjalo ngizozwa ngawe mina.

28/07/2017
16/05/2017

God bless African man

09/05/2017

Good morning friends

Address

Nhlungwane
Ulundi

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Unofficial: kindness posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category