EFF Msinga ward 4

EFF Msinga ward 4 Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from EFF Msinga ward 4, Political organisation, Tugela Ferry.

UMzabalazo uyaqhubeka
27/03/2026

UMzabalazo uyaqhubeka

Simile Thina sebekhulume konke okubi nge EFF asijiki futhi akaze sacabanga ukujika ngoba abanye bathatha ipolitiki ngobu...
11/01/2026

Simile Thina sebekhulume konke okubi nge EFF asijiki futhi akaze sacabanga ukujika ngoba abanye bathatha ipolitiki ngobuhlanga nenzondo kuphela abanambono

Umbuzo uthi uMalema engakwenza kanjani lokhu amaZulu engawafuni njengoba kwakusho nina

Kazi kwabangwan nokubizwa umhlangano womphakathi Ku ward 4 eMsinga Omunye nje Waze wayobizwa e ferry encengwa nakhona wa...
11/01/2026

Kazi kwabangwan nokubizwa umhlangano womphakathi Ku ward 4 eMsinga

Omunye nje Waze wayobizwa e ferry encengwa nakhona wagcina efikile wedelela samgcina ngaloyo nyaka cisho 2023
kwakukhulunywa ngodaba lamanzi wathi uzoshintsha imigoqnozo ifakwe ama Pump nanamhlanje lutho iloku salinda ,swbezoqalq ke bethembise njalo after 5yrs bayathembisa after ukhetho benyamalale babelungenelelani ukhetho Uma benenhliziyo ezimbi zokungabalekeleli abantu

03/05/2025
Today Lot hall (Lot 4 )pomeroy
27/02/2025

Today
Lot hall (Lot 4 )pomeroy

Ama fighters ezikhiphile evala uNyaka ejabulile
14/12/2024

Ama fighters ezikhiphile evala uNyaka ejabulile

Iminyaka engaphezulu kwamashumi amabili labompompi base Bhubesini Ku ward 4 eMsinga bayekelelwa ,amapayipi ompompi labom...
22/11/2024

Iminyaka engaphezulu kwamashumi amabili labompompi base Bhubesini Ku ward 4 eMsinga bayekelelwa ,amapayipi ompompi labompompi bahhohlozwa nje ilanga njengoba benjena isiminingi kakhulu iminyaka bengasebenzi beyekelelwe umaSpala waseMsinga

Ngaphezu kwakho konke usuphindile uMaspala wafaka abanye ompompi nabo abaneminyaka engaphezulu kuka 5 years ihlezi ingenawo amanzi nabo abazogcina behhohloka futhi, okubi ke ingqalasizinda Uma isilimele kuvele kusolwe umphakathi ngaphandle kokubheka inkinga ukuthi idalwa yini ,okubi kakhulu Uma sizitshela siyesithi sinabaholi size sibancome ngoba sifuna ukubukeka sibahle kibo Hhayi ukubancomela imisebenzi yabo

Uqhekeko kwezepolitiki Ilona Kanye olwenza noma yini ephakanyiswayo ngenkinga yamanzi kule ward ingalalelwa igcine iphele endleleni .

Miningi imizamo ezanyiwe nephelele endleleni.

Kwakubaholi abanjani bona LabaπŸ˜™πŸ˜—πŸ˜™

Sethembe zisebenzela wena

21/10/2024

The Economic Freedom Fighters (EFF) extends our condolences to the Buthelezi family, friends, and the Inkatha Freedom Party (IFP) on the passing of Princess Sibuyiselwe Angela Buthelezi, youngest daughter of the late IFP founder Prince Mangosuthu Buthelezi.

I EFF ithemba lethu Kodwa ke bantu be MK yekani ukuzenza osyazi Kanti anazi lutho Nina shayani izandla nje osoma busines...
12/10/2024

I EFF ithemba lethu

Kodwa ke bantu be MK yekani ukuzenza osyazi Kanti anazi lutho

Nina shayani izandla nje osoma business besine coz umsebenzi wenu iloyo phumani niphele kwi EFF

Angisababali Laba be IFP nkosiyami ayikho leya,i EFF siyithanda kakhulu asizuzwa ngani ikhona e KZN nanamhlanje sisazohlala sikhona abathi baqedile abahambe beshone njenge spikili

Up EFF up✊✊✊

Address

Tugela Ferry

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when EFF Msinga ward 4 posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share