Councillor K.S Dlamini Ward 18

Councillor K.S Dlamini Ward 18 I am Kwazikwenkosi Selby Dlamini. Let us use this platform to discuss everything that is happening in Ward 18 Port Dunford.

Siyacela sibaphe isupport abantwana bethu ukuze nabakhulayo bahloniphe ama talent abo, their FB page uthi Portdunford Un...
01/06/2026

Siyacela sibaphe isupport abantwana bethu ukuze nabakhulayo bahloniphe ama talent abo, their FB page uthi Portdunford United, badlala ibhola elimnandi kakhulu 🙏

ASIZAME
20/05/2026

ASIZAME

Siyabingelela ukusebenza kwi payipi akukaqedwa umthamo wamanzi muncane, yingakho engafiki kwezinye izingxenye ze Ward, u...
13/05/2026

Siyabingelela ukusebenza kwi payipi akukaqedwa umthamo wamanzi muncane, yingakho engafiki kwezinye izingxenye ze Ward, uMaspala usalungisa ama LOLI sesiwacelile ukuthi alekelele.

071 185 7095 uthi uwuMkhulu uNdlovu from J1 uma kukhona omaziyo angafona kwi number engaphezulu.
11/05/2026

071 185 7095 uthi uwuMkhulu uNdlovu from J1 uma kukhona omaziyo angafona kwi number engaphezulu.

U Maspala ucela sibekezele khona IZABA ezenziwayo ukuze sisheshe sithole amanzi, ama LOLI siwacelile khona asefikile set...
11/05/2026

U Maspala ucela sibekezele khona IZABA ezenziwayo ukuze sisheshe sithole amanzi, ama LOLI siwacelile khona asefikile sethembe azokwazi ukuvela nala abengakaveli khona.

Ngyabingelela uMaspala uyathembisa ukuthi bazoyiwina impi yamanzi namhlanje, ama LOLI AMANZI AZOQHAMUKA UKULEKELELA 🙏🙏
11/05/2026

Ngyabingelela uMaspala uyathembisa ukuthi bazoyiwina impi yamanzi namhlanje, ama LOLI AMANZI AZOQHAMUKA UKULEKELELA 🙏🙏

09/05/2026

Asbingelele umuntu akadlulise ukuthi udaba lwamanzi uMaspala uyalulungisa, emva kokuqhuma kwe payipi lapha ngakwa Sphethu amanzi babe sebewavala, INKINGA IZINTO ZOKUXHUMA KABUSHA ( spare parts ) AZIKAPHELELI , uMaspala wenza konke okusemandleni ukuthi amanzi asheshe athilakale.
Bathembisile ukuthi bazosilekelela ngamaloli kusukela namhlanje siyabonga

04/05/2026
21/04/2026
NANGU UHULUMENI ECINGA ABAHLALI SICELA UMPHAKATHI ULEKELELE 🙏🙏
21/04/2026

NANGU UHULUMENI ECINGA ABAHLALI SICELA UMPHAKATHI ULEKELELE 🙏🙏

Address

Mahunu, Area Next To Kwa Gumede Bus � Stop
Port Durnford

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Councillor K.S Dlamini Ward 18 posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Organization

Send a message to Councillor K.S Dlamini Ward 18:

Share