Cllr Siyabonga 'Mkhululi' Nala

Cllr Siyabonga 'Mkhululi' Nala eThekwini Municipality's Ward 09 Councillor

07/09/2026

Asizameni seliyathengeka iKhadi

7 September 2026ANC COUNCILLOR CANDIDATE REVEALMphakathi wakithi siyaphinda siyanimema emhlanhanweni we-ANC lapho izothu...
07/09/2026

7 September 2026

ANC COUNCILLOR CANDIDATE REVEAL

Mphakathi wakithi siyaphinda siyanimema emhlanhanweni we-ANC lapho izothula ozobe eyimele okhetweni loHulumeni basekhaya ngoNovember.

Usuku: Lwesithathu, 9 September
Indawo: KwaDinabakubo Community Hall
Isikhathi: 15:00

Asiphume ngobuningi

07/09/2026

Kaze ugesi niwuthengephi?🙆‍♂️🤣

06/09/2026

Sanibonani,
Bengicela owazi uKHETHA MKHIZE lapho eLower Molweni amtshele angithinte ungashayi uWednesday engangitholanga noma abakubo bangilethele yena kesithi ukuxoxa......

Yimi uKhansela Sitabonga Mkhululi Nala
0845223006

6 September 2026UKUHLEHLA KOKWETHULWA KWE-CANDIDATE YE-ANCNgenxa yesimo sezulu esingasihle, siyaphoqeleka ukuthi sihlehl...
06/09/2026

6 September 2026

UKUHLEHLA KOKWETHULWA KWE-CANDIDATE YE-ANC

Ngenxa yesimo sezulu esingasihle, siyaphoqeleka ukuthi sihlehlise umhlangano wokwethulwa kweCandidate ye-ANC.

Sisazohlala siphinde siqhamuke nosuku olunye bese siyan**isa.

Siyaxolisa🙏🏾

5 September 2026‼️‼️‼️‼️‼️POSTPONED DUE TO WEATHER‼️‼️‼️‼️‼️UKUZOKWETHULWA KOZOMELA INHLANGANO KA-ANC OKHETHWENI LOHULUM...
05/09/2026

5 September 2026

‼️‼️‼️‼️‼️POSTPONED DUE TO WEATHER‼️‼️‼️‼️‼️

UKUZOKWETHULWA KOZOMELA INHLANGANO KA-ANC OKHETHWENI LOHULUMENI BASEKHAYA

Emva kokulandela yonke imigomo ka-ANC, umphakathi waseWard 09 uyamenywa ukuthi uzoba yingxenye yomhlangano wokuzothulwa ngokusemthethweni iCandidate ezoyimela okhethweni loHulumeni baseKhaya oluzobe lungoMhlaka 4 November 2026.

Umhlangano umi kanje
Usuku: 6 September 2026 (KUSASA NGESONTO)
Indawo: KwaDinabakubo Community Hall
Isikhathi: 15:00

3 September 2026MEN’S WELLNESS PROGRAMME - MADODA SABELANI!Isikhumbuzo sokuthi uCllr Siyabonga Nala ehambisana noMnyango...
03/09/2026

3 September 2026

MEN’S WELLNESS PROGRAMME - MADODA SABELANI!

Isikhumbuzo sokuthi uCllr Siyabonga Nala ehambisana noMnyango wezeMpilo woMkhandlu weTheku ubiza amadoda aseWard 09 ukuthi kuzokhulunywa ngezempilo kanye nokunye okuwathintayo.
Bazobe belivulile nethuba lokuthi sizihlole ngikwempilo.

Usuku: ULwesihlanu, 4 September
Indawo: KwaDinabakubo Community Hall
Isikhathi: 10:00

31/08/2026

Mphakathi,

Ngithi anginiUpdate ngosekwenzekile ngalento yokuntshontshwa kwezintambo. Namhlanje ngo06h30 singenele imizi yalabafana abantshontsha izintambo. Sibatholile sazithola nazo izintambo kwabe sekuxoxwa nabo into engatheni ngoba besifuna iqiniso, libe seliphuma iqiniso nobufakazi bonke ebesibudinga sibe sesibahambisa futhi ePolice Station nobufakazi bonke.

Ngiyacela mphakathi ukuthi lokhu okwenziwe namhlanje n**i ukuthi asimile siyaqhubeka ngoba baningi labantu and baphatha izibhamu kodwa sizobanqoba nethimba engisebenzisana nalo. Laba abathanda ukukhuluma kakhulu lakuFacebook into abangayenza ukuthi basinike iInformation kuphela bese beyathula.

UBUGEBENGU BUZOPHELA KULENDAWO YAKITHI UMA KUFANELE ABANTU BATHUTHE BAZOTHUTHA BAHAMBE LABAFANA ABABHEDAYO. NGIYABONGA KUMAMA OVELE WATHI NJE YENA UMASNGCWABISANE WAKHE UQONDILE NGOBA UMFANA WAKHE AKEZWA...

ASIMILE NIBATSHELE NABANYE ABAHLUKUMEZA IMINDENI YETHU UKUTHI WE SHALL FIGHT FIRE WITH FIRE

NGIYABONGA

30 August 2026SIYABONGA NALA GAMES - 2026 2ND EDITIONNiyagyma kodwa lapho???
30/08/2026

30 August 2026

SIYABONGA NALA GAMES - 2026 2ND EDITION

Niyagyma kodwa lapho???

28 June 2026Mphakathi wakithiSekusele kancane nje ugesi usuyalunga.Besesishoda ngegenerator esesiyitholile manje to boos...
28/08/2026

28 June 2026

Mphakathi wakithi

Sekusele kancane nje ugesi usuyalunga.
Besesishoda ngegenerator esesiyitholile manje to boost.

Sixolise for the inconvenience🙏🏾

Address

Molweni
Pinetown
3652

Opening Hours

Monday 09:00 - 16:00
Tuesday 09:00 - 16:00
Wednesday 09:00 - 16:00
Thursday 09:00 - 16:00
Friday 09:00 - 16:00

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Cllr Siyabonga 'Mkhululi' Nala posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share