Saul Mkhizeville Mpumalanga - Enkampane

Saul Mkhizeville Mpumalanga - Enkampane This place is also called Saul Mkhize Village after the man who died so that people of this place sh

06/11/2024

ZUL59

AmaHubo 93
UJehova uyinkosi
1UJehova uyinkosi,
wembethe ubukhosi;
uJehova wembethe, ubhince amandla.
Nezwe limi liqinile, lingazanyazanyiswa.
2 Isihlalo sakhe sobukhosi simi siqinile kwasendulo;
wena ukhona kwaphakade.

06/11/2024

Kunye engikucele kuJehova,
ngiyakufuna khona:
ukuba ngihlale endlini kaJehova
izinsuku zonke zokuphila kwami
ukubona ubuhle bukaJehova,
ngibuke ithempeli lakhe.

AmaHubo 27:4

06/11/2024

UNGAMNCISH'indaw'uJesu!
Wazithwal'izono zakho;
Nangu esemi engqongqotha,
Mon'uzomngenisa na? UyiNkosi yobukhosi;
Shesh'ulalel'izwi lakhe
Umvulele inhliziyo,
Thana,Ngena,Nkosi yami!

05/11/2024

Singabantwana abancane - Abahlala ethempelini. Usizi:: Usizi:: Usizi asinalo!

05/11/2024

Amandla Angawakho - Nenkazimulo Ingeyakho: Anginaw' Amandla Okuma Ngokwam' Ng'yamethemb' uJesu - 'Jes' Uy'nqaba Yam'

23/10/2024

Sine Vangeli LoThando...
UJesu simthola ngoThando...
Wabonani NgeVangeli? Mina Ngabona izono zami!

11/10/2024

AmaHubo 122:1
Ngajabula lapho bethi kimi: “Masiye endlini kaJehova.”

11/10/2024

Osadelayo - "Maye", Uyokhala - "Awusivulele!" 'Nkosi iyokwala: "Maye" x 6 Indawo Ayisekho!

11/10/2024

LoMkhos' ongaka uhlatshelwe Wena - Owabhunguka usubuye njena, Ngena x 6 Indawo isekhona!

11/10/2024

Ikhon' indawo: Emthimben' Omkhulu! Ebukhosini BukaNkulunkulu! Ngena x 6 Indawo Isekhona!

06/10/2024

Usemnyango WeZulu:
Wehlela Emhlabeni -
Selizokhala ICilongo, Simhlangabeze.

Address

P. O. Box 439
Piet Retief
2380

Telephone

+27834251572

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Saul Mkhizeville Mpumalanga - Enkampane posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Organization

Send a message to Saul Mkhizeville Mpumalanga - Enkampane:

Share