Zulu Royal Kingdom

Zulu Royal Kingdom Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Zulu Royal Kingdom, Palace, Nongoma.

Lowo okhulumela iNdlunkulu kaZulu uMntwana uThulani Zulu waseZibindini uthi kuliphutha ukuthi isakhiwo esisaqhugwane esi...
22/08/2025

Lowo okhulumela iNdlunkulu kaZulu uMntwana uThulani Zulu waseZibindini uthi kuliphutha ukuthi isakhiwo esisaqhugwane esisesigodlweni eNyokeni kwaNongoma besakhelwe izintombi zoMkhosi woMhlanga.

Lesakhiwo esidle uhulumeni welikaMthaniya imali engu R140 Million uMntwana Thulani uthi besizokuba indawo yokudlela yezicukuthwane ezihambele uMkhosi woMhlanga njengoba ethi simumatha kuphela abantu ababalelwa ezinkulungwaneni ezimbili okuyisibalo ongasiphinda kaningi ukuze senele izintombi zoMhlanga,

uMageba ukugcizelele ukuthi lesisakhiwo sisazosetshenziselwa izinto ezahlukene ukubamba imihlangano,imibukiso neminye imicimbi enhlobonhlobo kungamampunge ukuthi sebesishaye ngencithakalo basilahlisa okwenyongo yenyathi .UMageba uthi akakholwa ukuthi uhulumeni ubengakha lesakhiwo enzela uMkhosi woMhlanga nje kuphela oba kanye onyakeni ebese sihlala senzani emva kwalapho.

Uqhube ngelokuthi isizathu sokuthuthwa kwalomkhosi usiwe eMashobeni oPhongolo yingoba iNdlulamithi ibingeke ikwazi ukuphahla yenze nezinjula zasesithe eziqondene nalomkhosi emsamo owodwa waseNyokeni obusetshenziswa nguMdlokombane ngakho bekubalulekile ukuba akwenze esigodlweni sakhe.

ZULU UYESABEKA !!Nasi isimemezelo eiphume eNdlunkulu
22/08/2025

ZULU UYESABEKA !!

Nasi isimemezelo eiphume eNdlunkulu

13/12/2023
15/10/2023

King MisuZulu kaZwelithini

"NIBEZWE UKUTHI BATHINI, KODWA NINGABALALELI"

"EYETHU INKOSI IYODWA, SEKU NGOWANI LOMBANGO "Bayedeeee Hlangalomhlabathi 🙌
08/10/2023

"EYETHU INKOSI IYODWA, SEKU NGOWANI LOMBANGO "

Bayedeeee Hlangalomhlabathi 🙌

Bayede!!
10/09/2023

Bayede!!

ISILO sesiwuvalile umlenze wesibili woMkhosi WoMhlanga. Lokhu wukuhlonipha ukuguqa koMntwana namuhla.Bayede SILO soMhlab...
09/09/2023

ISILO sesiwuvalile umlenze wesibili woMkhosi WoMhlanga. Lokhu wukuhlonipha ukuguqa koMntwana namuhla.

Bayede SILO soMhlaba !!!

Hamba Kahle Shenge!
09/09/2023

Hamba Kahle Shenge!

09/09/2023

Hamba Kahle Shenge!

Amagalelo akho wona siwabonile. Lala uphumule Shenge
09/09/2023

Amagalelo akho wona siwabonile. Lala uphumule Shenge

Hamba kahle Shenge!!! wena ka Ngqengelele!!!
09/09/2023

Hamba kahle Shenge!!! wena ka Ngqengelele!!!

Address

Nongoma

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Zulu Royal Kingdom posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category