16/10/2020
Mphakathi wethu ongenacala.
Baphathi bethu esithembele Kubo.
Sijabulela ukuba Nani ekhasini.
Sanibonani mphakathi.
Mamhlanje kuyintokozo yethu i
Economic Freedom Fighters ukuthi siqhubeke nokuqwashisa
Abantu bakithi ngenkohlakalo,ukukhwabanisa,ukwenzeka kobugebengu kungaboshwa muntu. Ukuthathwa kwemhlaba engakabuyi. Asikho ngcono kodwa silwela inkululeko, silwela ukubuyisa amandla endlini emyama. Siyazi ukuthi
Nisanethemba eqembini elisabusa. Inkinga imali yethu yentela edliwa sibhekile bese
Abantu bakithi besale ngemumva. Asikwazi ukuya phambili uba sizodonswa abantu bakithi ngemumva.
Uma angakaboni ,faka izibuko .
Ngokubumbana sihlangene I
South Africa sizoyibusa futhi .