ANCYL - Grace Ntuli Branch

  • Home
  • ANCYL - Grace Ntuli Branch

ANCYL - Grace Ntuli Branch African National Congress (Youth League)
Grace Ntuli Branch
KwaMsane Township
Ward 06

26/01/2026
Greetings comrades The ANCYL of Grace Ntuli Branch wishes to assist all youth in need of assistance with applications fo...
15/01/2026

Greetings comrades

The ANCYL of Grace Ntuli Branch wishes to assist all youth in need of assistance with applications for Registration Support & Historical Debt Relief Programmes.

The ANCYL encourages all eligible youth and learners to apply on time.

Date: 17 January 2026

📍 : Inkosi Mzondeni Hall
🕰️ : 10h00 am

Please see poster for required documents.
See you there.

🖤💚💛❤️

🖤💚💛❤️
21/05/2025

🖤💚💛❤️

A decisive victory. Aluta Continua 🖤💚💛❤️
14/05/2025

A decisive victory. Aluta Continua 🖤💚💛❤️

Uphiko lwentsha lwe-ANC KwaZulu-Natal lujabule kakhulu ngokuthi i-ANC inqobe okhethweni lokuchibiyela eMoses Mabhida Region; IMpofana Sub Region Wadi 4. Lokhu kunqoba kuwubufakazi bokusebenza ngokuzikhandla nokuzinikela kwenhlangano yethu kanye nokusethemba umphakathi okubeke kithina.

Okugqamile kulokhu ngokhetho wukuhlwitha uRocky Drift VD ku-IFP okokuqala kusukela ngo-1994. Siyakubungaza lokhu kuphumelela okuyingqophamlando. Le mpumelelo iwubufakazi bokusebenza ngokuzikhandla, ukuzinikela kanye nokubekezela Kwamavolontiya kaKhongolose.

Le mpumelelo ilikhwelo elivela emphakathini waku-ward 4 lokuthi i-African National Congress kumele iphinde izibophezele ekufezeni izithembiso zayo zomkhankaso futhi isebenze ngokungakhathali ukubhekana nezidingo nezinkathazo zomphakathi.

Sidlulisa ukubonga okusuka enhliziyweni kuwo wonke amavolontiya asemasha, kanye nomphakathi wonkana ngemizamo yawo engakhathali kanye nokwesekwa okungantengantengi kuwo wonke umkhankaso.

Sicela wonke amalungu omphakathi ahlanganyele noCde Makhosazana Bhengu kulolu hambo, asebenzisane naye, akhe ikusasa eliqhakazile lomphakathi waku-ward 4. Masiqhubeke silwela ukwenza kahle futhi sibe nomthelela omuhle ezimpilweni zabantu bakithi.
゚viralシfypシ゚viralシalシ

05/05/2025

ANCYL Grace Ntuli Branch Career Guidance Program 2025

ANCYL Grace Ntuli Branch Career Guidance Program 2025
05/05/2025

ANCYL Grace Ntuli Branch Career Guidance Program 2025

ANCYL Grace Ntuli Branch Career Guidance Program
28/04/2025

ANCYL Grace Ntuli Branch Career Guidance Program

Address


Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when ANCYL - Grace Ntuli Branch posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

  • Want your organization to be the top-listed Government Service?

Share