Mpofana Local Municipality

Mpofana Local Municipality This page serves as a communication tool to update all Mooi River residents with the latest municipal information and services.

01/06/2026
22/05/2026
ISIMEMO SOSOMABHIZINISIUMnyango WezokuThutha (Department of Transport), uMgcinimafa Wesifundazwe saKwaZulu-Natali (Treas...
19/05/2026

ISIMEMO SOSOMABHIZINISI

UMnyango WezokuThutha (Department of Transport), uMgcinimafa Wesifundazwe saKwaZulu-Natali (Treasury) kanye noMasipala bazobamba iqhaza emhlanganweni nasekuqeqeshweni ngokugcwalisa kwamathenda okuhloselwe osomabhizinisi abancane baseMpofana, oluzoba mhla ziyi-4 kuNhlangulana (June) 2026 e Bruntville Hall ngo 10: 00 AM. Inhloso yalolu qeqesho ukufundisa nokuchaza ngendlela efanele yokugcwalisa amafomu e-MDB asetshenziswa kumathenda kaMasipala, CSD nokunye okubhekwayo mawugcwalisa ithenda. Loluqeqesho elawo wonke umuntu wase Mpofana.

01/05/2026

Isaziso Somphakathi

Umphakathi wase Mpofana uyasizwa ukuthi ugesi uyatholakala kamaspala nase lokishini ebruntville council chamber namuhla kusukela ngo 09::30 kuya ku 13:00 PM. Lolu uhlelo lokuqinisekisa ukuthi wonke umuntu unawo ugesikumpelasonto ended.

Siyabonga

Address

10 Claughton Terrace
Mooi River
3300

Opening Hours

Monday 07:45 - 16:30
Tuesday 07:45 - 16:30
Wednesday 07:45 - 16:30
Thursday 07:45 - 16:30
Friday 07:45 - 16:30

Telephone

+27332631221

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mpofana Local Municipality posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Organization

Send a message to Mpofana Local Municipality:

Share