Sikhuluma Ezedlozi Sichaze Amaphupho

Sikhuluma Ezedlozi Sichaze Amaphupho Facebook Account : INkosazane Yolwandle
phone number : 0686510696 (calls only) I'm a Traditional healer From Durban Makhosi gwala

Umelaphi wendabuko ... ngilapha ngamakhambi esintu munenkinga ungaxhumana nami ngiyi Sangoma esiqeqeshiwe yolwandle

17/03/2026

Kunalenhlobo yesichitho ozalwa nayo Uma umawakho kenezimo ezimehlelayo esakukhulelwe ikakhulukazi Uma kuzobaleka ubaba okzalayo noma abomndeni bekhulume amagama okusola ukuthi awuzalwa kulelo khaya lenhlobo yenza ingane ikhule ingathandeki hlezi ikhulunywa kabi ivelelwe amabhadi abantu beyakhele uzungu noma ingasukelanga muntu kukhona lapha obona khona engathi wehluke wedwa ezinganeni ozalwa nazo and konke okwakho kuza kanzima kumele ukujulukele noma kuza okukjabulisayo Kuba iskhashana ngisho kubantu ozwana nabo bavele bekujikele esithubeni bedlale ngawe noma kukhona okuzamayo akulungi Uma ingalungiswanga ihamba ikubangele inkinga noma ususemzini wakho uthole ukuthi awfunwa nje nhlobo uyinto ehlezi isolwa ngokungalungi kuze kuphume namagama okuthi umthakathi udlise indoda abanye baze bashiye kwalowo mendo You can call or Whatsapp lukhona ukhamba oke ushayelwe Lona lokususa lokhu oludinga inkukhu nengubo yakho yokugqoka endala 068 651 0696

12/12/2025

online consultation is available until 6pm phone call or Whatsapp only R80 igama isbongo nesthombe 068 651 0696

14/08/2025

Amaphupho

19/07/2025

Islwane esithunyelwa abantu abathandanayo
- once waphuphu ulala nomuntu othandana naye mele wazi ukuthi nifakwa islwane isiphetho sona ukuthi nigcine nihlukene phinde kuhamba kuvuke ingxabano phakathi kwenu Uma silo sikulalile especially ungumuntu wesfazane ugcina usumanzi kakhulu ngaphansi umuntu wakho engabe esakulangazelela ukuba nawe ngenxa yaso leswane 👏👏
Zama phela nawe ukuthola izinto ugeze ugqume uthole nembiza yokuklina isinye ngoba Uma silo sikulala sihamba sishiye udoti ngaphakathi ingakho ugcina usukhala ngokuphathwa iqolo nesinye 0686510696 call or whatsapp Thokoza Gogo

19/07/2025

Amaphupho
ngizovala ngo12

18/07/2025

Isilwane
-umoya womuntu ongasekho uyakhandwa ube into thizeni ezothunyelwa kumuntu ukuba imihlukumeze ivale izinto zakhe. Uma kuthiwa uneslwane or ubelethiswe islwane sisuke sichaza ukuthi uyafana nomuntu one bodyguard empilweni yakho leli bodyguard lizogada konke okuhle empilweni yakho ukuba kungaphumeleli ake silinganise ngokwenzeka ezimpilweni zabantu abaneslwane uthole ukuthi ucabanga ukwenza okuhle namandla akhona kepha Uma wake wakhulume ngalesosifiso sakho akube kusenzeka kuvele kushabalale. Amaphupho ake akubonise ukuthi eneslwame Uma ubelethiswe sona unokuphupha uncelisa ingane noma uphuma ubisi emabeleni.
Phinde kube khona esilala nawe lesi imvamisa sisetshenziswa izimbangi zakho indlela zokusithola ukulahleka kwento yakho yangaphansi bese kusetshenza yona abanye bavaleka ngisho inzalo Uma unalesi esilala nawe uke ube umuntu onokuhlushwa isinya owesfazane onokuphuma amanzi anukayo /angcolile esithweni sangasese lokhu kuhamba kudale izinkinga esithweni sakho sangasese Uma uhlangana nozwana naye ngokocansi bese niyaxabana ngoba usuka esezwa ukuthi wonakele...
Uma unale nkinga 0686510696 call or whatsapp

16/04/2025

ukuhlaziya amaphupho is free

27/03/2025

Thokoza
Bhala iphupho uthole incazelo

26/01/2024

Idlozi liyakwazi ukunifaka isichitho nomuntu wakho Uma lingamfuni or lingafuni nje ugane or uganwe ngike ngibone engathi siyayiziba le yedlozi kakhulu hlezi sizogxumela ukuloywa abantu kanti nedlozi liyaba umthelelo omubi empilweni yakho kunamadlozi afuna ukuvalwa angcolile lenhlobo yedlozi engcolile ethanda ukukwenzisa izinto eziwrong ezibhedayo uphuze ibhadi imali iphele engathi ayikaze ifike ezandleni zakho kube mnyama nje impela abanye bayafeba abanye banezinhliziyo nje ezimbi ilo lelidlozi Uma sikhuluma ngedlozi elibi sikhuluma ngalabantu a abahamba bevele behlupha besaphila emhlabeni Uma sebengale banakho ukungena ezinganeni(new generation) especially ama 90's and 2k's ubone ingane ihlupha uzwe ekhaya kuthiwa wena wafuza usbani bani wayengeke Abe yedwa izinto ozenzayo exactly like him or her wayenenhkiziyo embi or enza lokhu and us black family's say all off this with pride not knowing ukuthi it's serious umuntu ovuka kubantu abenzise izinto ezingasile uyavinjwa ahlanjululwe asuswe ngoba usuke enamathele kulowomuntu thizeni uzwe kuthiwa wena sbanibani Uma uphuzile uvele wenze njengomalume or baba omdala usthuke usishaye weyisa njengaye Uma nje wabuthinta kuningi bakwethu lento iyalungiseka ngoba ihamba yone ikusasa labantu abasaphila kulomhlaba izinto zakho zivaleke zivinjwe uyo lomuntu owayenza izinto ezingekho right wabesebona kungcono azonamathela kulo philayo

23/01/2024

Uma uneslwane uhamba uyofuna usizo ungaltholi kumele wazi ukuthi islwane siyini Kahle Kahle. Islwane siyakwazi ukugijima siyovala sidukise umkhondo ngoba uke uyohlola kuvele kuvele izinto ozaziyo kungaphumi sixazululo bese uzibona engathi ubumosha iskhathi sakho nemali ngoba nemithi uyaysebenzisa jike ingasebenzi ilaphoke esithi khona is**e isichanyelwe islwane bese iyaphupha leyomithi ayingoba ingasebenzi kepha s**e isiphuphiswe isilwane ingakho umuntu meze kumina ethi uneslwane akangeni kwesami isgodlo noma ngimnika imithi ngyamtshela kumele ayibeke ngaphandle noma athole ingane encane afike ayibeke phansi esangweni mese ingeniswa ingane ngaphakathi asebenzise lowomuthi engithi akoqala ngawo . Uma unenkinga yeslwane awukhulumi kepha uyenza Uma ukhuluma siyezwa ukuthi khona okuhlelayo sigijime siyotshela umnikazi bese egadla kuqala indaba yeslwane ijulile kodwa ngathi abelaphi sebaythatha kancane

01/11/2023

Selishonile Ake sikhulume ngezitha ezivukayo esithubeni uke uzithole ujikelwa abantu obuzwana kahle nabo ikakhulukazi osendelene nabo uthi uyabona ngisho abomndeni bakukhuluma kabi hlezi kuzoba khona inkulumo ezibi abazi shoyo ngawe do you know that feeling yokujikelwa abantu ungenzanga lutho kodwa uthole ukuthi benikhona nonke kodwa konke kubuye ngawe kube ngathi ibhadi liphuma ngawe ugaxele wedwa Ake uyisukumele lento ungaythathi kancane ngoba imost igcina isidliwa umzangedwa isilalela lamagama enzondo eduma ekhanda abanye baze bephethe ngokuzibulala noma sebene depression call or Whatsapp us for consultation or venting sessions
0635377555

Address

Mariannhill

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00
Saturday 09:00 - 17:00
Sunday 09:00 - 17:00

Telephone

+27710310013

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Sikhuluma Ezedlozi Sichaze Amaphupho posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Organization

Send a message to Sikhuluma Ezedlozi Sichaze Amaphupho:

Share