Ubuhlungu engibuzwile ngenxa yabazalibami

Ubuhlungu engibuzwile ngenxa yabazalibami Kubuhlungu ukuhlala emzini yabantu ekubeni uzitshela ukuthi yilona khaya lakho lelo ekugcineni uhluk

20/11/2024

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Snolwazi Ntshangase, Slindoh Dumakude, Nkanyiso Kamalinga Phuthini, Thulani Sthole, Maphungula Sneh, Nkala Musa M, Jabu Happiness Ntuli, Namileh Namileh, Kwesta Love, Musa Toh Mhlungu, Jackson Chiliza

11/01/2023

Ungenzi into embi ngoba ubona mina ngyenza uzoboshwa

11/01/2023

Ungamphathi Kabi omunye Umuntu ngoba ngelinye ilanga uyena oyokusiza loyomuntu unyawo alunampumulo kuyokufica Nawe

09/01/2023

ngaqalA ukuba yiphatha sbhamu ngimncane ngenxa yomndeni bhasobha umdeni awulungile neze

09/01/2023

Sanele mfoka mkhwane ngyazwelana nawe mfana uzodlula kuyoyonke lento obhekene nayo kuningi NAMI engibhekene nakho njengoba ungibona ngihamba inhliziyo Yami nomoyawami kubuhlungu Kabi omunye umuntu ongazi engabona ngathi yonke into iryt Kanti lutho mfana kodwA ngithule nje Noma kushisa bengiphushela amalahle osathane ubobhasobha umdeni mfana😭

09/01/2023

Inhliziyo Yami yonakele nomoya wami wonakele ngenxa yomndeni nalaba engithi abafwethu Kanti bazoxova umoya wami

19/11/2022

Ungamehluleli omunye umuntu

26/09/2022

Isondo liyajika mgodoyi n###

18/09/2022

Ungayenzi into embi komunye umuntu ngoba ngeke uthande Uma seyenziwa kuwe

17/09/2022

Ungakhomenti la Uma ungazazi kumele uthini ngoba zikhona izithutha la ezivesane zikhomente ukuthanda kwazo ngizoxabana nomuntu Uma ezongibhedela la n###

22/04/2021

Kunabantu ababuyiselana kwasathane noma uthi uyamuziba aqhubeke akuhlokoloze akufake usathane Uma usumhubha besekuthiwa uyamsukela

05/05/2020

Kuningi engidlule kuko empilweni Yami kubuhlungu ukubizwa ngevezandlebe

Address

Ladysmith
2666

Telephone

+27716358640

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ubuhlungu engibuzwile ngenxa yabazalibami posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share