Highflats And Ixopo Classifieds

Highflats And Ixopo Classifieds Leli page elezindaba zase Mzansi akuncengwana sixova kuxoveke kolamula ithuna❤🇿🇦❤🤝🏾✊🏽

Abahambe🗣️......... good night Mzansi❤️
05/06/2026

Abahambe🗣️......... good night Mzansi❤️

Kuthiwa kubi eKapa ozaiziosto baseMalawi amabombo bawabhekise kwelakubo noNaledi mbumbulu naye kuthiwa akabalandele 🗣️"z...
05/06/2026

Kuthiwa kubi eKapa ozaiziosto baseMalawi amabombo bawabhekise kwelakubo noNaledi mbumbulu naye kuthiwa akabalandele 🗣️"zonke lomarawe people go home kusale muntu wa original Sawuti Afrika" kusho abantu.

Nihambe kahle bo Banda 🚌🚌🚌
Highflats And Ixopo Classifieds

Usufikile umjovo💉uvikela igcikwane le HIV ibizwa nge Lenacapavir kuthiwa uhlala iskhathi eside emzimbeni kusho uMatamela...
05/06/2026

Usufikile umjovo💉uvikela igcikwane le HIV ibizwa nge Lenacapavir kuthiwa uhlala iskhathi eside emzimbeni kusho uMatamela ukuthi ubuya kweliphi izwe cha akudalulwanga✍🏿

Asethembe nizowuthokozela bahlali🇿🇦
Highflats And Ixopo Classifieds

Umbiko wamaphoyisa ngomuntu wesifazane oko30s ubulewe yizinja ezingu 8 laphaya eKlerksdorp ekuseni namuhla😩 kuthiwa isid...
05/06/2026

Umbiko wamaphoyisa ngomuntu wesifazane oko30s ubulewe yizinja ezingu 8 laphaya eKlerksdorp ekuseni namuhla😩 kuthiwa isidumbu sitholwe umhluli obezidlulela wathinta amaphoyisa✍🏿

Kubizwe abe SPCA bazithatha izinja kodwa okumangazayo umnikazi akaziwa leyandawo kuthiwa kugcwele amabhunu ngokuhlala😏
Kucelwa uma ekhona olahlekelwe umuntu wesifazane athinte amaphoyisa 08600 10111
Highflats And Ixopo Classifieds

Kuthiwa oMangameli ufike kwachwaza ihlombe laphaya eMpumalanga ✍🏿 utshene umphakathi ukuthi iphilisi lokuvikela iHIV aku...
05/06/2026

Kuthiwa oMangameli ufike kwachwaza ihlombe laphaya eMpumalanga ✍🏿 utshene umphakathi ukuthi iphilisi lokuvikela iHIV akuwona umvusankunzi✍🏿wathi abaqhubeke abantu bazivikele basebenzise amajazi,bahlole igazi nokusoka 🇿🇦

Abaphephe abantu besifazane futhi bavikeleke ngaso sonke iskhathi kuleli gcikwane.
Highflats And Ixopo Classifieds

05/06/2026

She is personal



Highflats And Ixopo Classifieds

Usekuphindile futhi umama Khumbudzo oyisishayamthetho sikahulumeni uthe🗣️ ningamasha ukumasha kuyilungelo lenu lelo kodw...
05/06/2026

Usekuphindile futhi umama Khumbudzo oyisishayamthetho sikahulumeni uthe🗣️ ningamasha ukumasha kuyilungelo lenu lelo kodwa akukho lizwe nalivala ngeke bezwe ngani khohlwani"✍🏿

Wathi ningakhohlwa uzokhuluma uMatamela ebusuku namhlanje nimlalele🇿🇦 konje sonke sesaba uKhongolose nansi imihlola😳
Highflats And Ixopo Classifieds

Ithi iyabonga lentokazi enhle yakwaMnwaganga🇿🇼 ifike iphephile futhi indize ngebhanoyi hai indaba yengwenya🐊😁Webabhemu n...
05/06/2026

Ithi iyabonga lentokazi enhle yakwaMnwaganga🇿🇼 ifike iphephile futhi indize ngebhanoyi hai indaba yengwenya🐊😁

Webabhemu naye lona nithe akahambe yini umbuzo uthi kanjani.....🫣
Highflats And Ixopo Classifieds

Kuthiwa usisi othengele ukudla ikhehla wahlala nalo endaweni yokudlela kujabulise abaningi kanti abanye bakuxekile bathi...
05/06/2026

Kuthiwa usisi othengele ukudla ikhehla wahlala nalo endaweni yokudlela kujabulise abaningi kanti abanye bakuxekile bathi ebenzela icontent akacabangelenga ama customer kwezokuhlanzeka ngaphansi komthemtho wamabhizinsi✍🏿
Kuthini ukuphawula kwakho mhlali kuhle noma kubi....🤔
Highflats And Ixopo Classifieds

Address

Ixopo

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Highflats And Ixopo Classifieds posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Organization

Send a message to Highflats And Ixopo Classifieds:

Share