Impendle Local Municipality

Impendle Local Municipality Impendle Local Municipality page

Kube yinjabulo yodwa kuMphakathi waseNzinga kwa ward 1 , uMhlonsihwa uSiboniso Duma ophathiswe uMnyango wakwa Huma Settl...
11/06/2026

Kube yinjabulo yodwa kuMphakathi waseNzinga kwa ward 1 , uMhlonsihwa uSiboniso Duma ophathiswe uMnyango wakwa Huma Settlements enikezela ngezindlu ezingu 45 ngemuva kwesiphepho esaba namandla kakhulu - uHulumeni olalelayo siyabonga 🙏

Sinifisela inhlanhla zingane zethu 🙏
09/06/2026

Sinifisela inhlanhla zingane zethu 🙏

Good luck Ngonyama🙏🙏
09/06/2026

Good luck Ngonyama🙏🙏

Sekunjalo uNgqongqoshe wezezindlu esifundazweni uMhlonishwa Siboniso Duma kanye no Mayor womkhandlu wasekhaya u Cllr K.M...
09/06/2026

Sekunjalo uNgqongqoshe wezezindlu esifundazweni uMhlonishwa Siboniso Duma kanye no Mayor womkhandlu wasekhaya u Cllr K.M Dlamini bacela uMphakathi ukuba uphume ngobuningi kulomcimbi obaluleke kangaka wokuletha intuthuko kubantu - umsebenziusezandlenizethu #

Nime njalo Mbokodo🙏
10/05/2026

Nime njalo Mbokodo🙏

ISAZISO MAYELANA NOKUVALWA KWE LIBRARY KUSUKELA MHLAKA 15 APRIL 2026 KUYA 17 APRIL 2026.
14/04/2026

ISAZISO MAYELANA NOKUVALWA KWE LIBRARY KUSUKELA MHLAKA 15 APRIL 2026 KUYA 17 APRIL 2026.

Iphinde yahlomula inhlangano yezokuvakasha ngaphansi koMkhandlu wasekhaya, lokhu kuza ngemuva kokuba lenhlangano yenzaka...
09/04/2026

Iphinde yahlomula inhlangano yezokuvakasha ngaphansi koMkhandlu wasekhaya, lokhu kuza ngemuva kokuba lenhlangano yenzakahle emphakathini waseMpendle,uMayor we District uMnumzane Mzi Zuma uzwakalise ukuzigqaja ngale nhlangano kanti no Mayor wasekhaya uKhansela Kho Dlamini uyihalalelisile lenhlangano nangeqhaza elibambayo kwezokuvakasha eMpendle.

2026/27 REVIEWED DRAFT INTEGRATED DEVELOPMENT PLAN (IDP)
09/04/2026

2026/27 REVIEWED DRAFT INTEGRATED DEVELOPMENT PLAN (IDP)

Sanibona bantu abahle baseMpendle, iqalile ukusebenza namhlanje Network Tower efakwe kwa Ward 3 idonsa ibanga elingamakh...
13/03/2026

Sanibona bantu abahle baseMpendle, iqalile ukusebenza namhlanje Network Tower efakwe kwa Ward 3 idonsa ibanga elingamakhilomitha awu 54 ukusuka kuyona kusho ukuthi ziningi izindawo ezizohlomula abantu bakwa Ward 3 bangakufakazela lokhu 🙏 lokhu kuyizithelo zohlelo olwaqalwa umkhandlu kanye nezinkampani ezithintekayo #

uMayor Cllr Kho Dlamini, Somlomo Cllr Zibuse Dlamini, Whip womkhandlu Cllr Thabani Mkhaye, Cllr Nokuvela Ngcobo Kanye no...
10/02/2026

uMayor Cllr Kho Dlamini, Somlomo Cllr Zibuse Dlamini, Whip womkhandlu Cllr Thabani Mkhaye, Cllr Nokuvela Ngcobo Kanye no Cllr Ngubane baphume bonke ukuyobheka umonakalo odalwe yisimo seZulu eMbaliyezwe kwa ward 2 , uMayor ufike ephelezelwa ngabe gift of the givers abathembise ukufaka isandla kwimindeni elahlekelwe.

Address

21 Mafahleni Street
Impendle
3227

Opening Hours

Monday 07:45 - 16:00
Tuesday 07:45 - 16:00
Wednesday 07:45 - 16:00
Thursday 07:45 - 16:00
Friday 07:45 - 16:00

Telephone

+27339966000

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Impendle Local Municipality posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share