Matimatolo

Matimatolo Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Matimatolo, Greytown.
(1)

11/02/2024

Ngibingelele bahlali kuyisonto

Abangathanda ukuba ingxenye ye
CO-Operative (CO-OP) ezosungulwa eMvoti yokuthuthukisa umnotho ama shares noma ukujoyina R200 okwamanje inhloso ye co-op ukudala amathuba omsebenzi ama share holders noma ama member e co-op azobe engabaphathi benkaphane ngokubambisana ngokomthetho we CO-Operative ngezinhloso ze co-op kuzoba kuyo imember ukuthi iyawudinga umsebenzi kwi co-op noma izosetshenzelwa imali yayo abasemvoti noma kwamanye ama province kodwa abadabuka eMvoti bavumelekile ukujoyina, imali yokujoina estraight izo derteminwa ama member asejoinile nezivumelwane zama members

Othanda ukuba ingxenye yalenkaphane engashiya igama nesibongo nenombolo yocingo

Ngolwazi oluthe xaxa kuyoxhunyanwa nabafisa ukuba ingxenye
SIYABONGA

03/02/2024

Ngyabingelela Matimatolo amahle ngithi nje hello

22/01/2022

Mphakathi waseMatimatolo namaphethelo

Sidayisa ngezinkukhu zesiZulu next to Matimatolo police station kwa Biyela

Yonke imibala iyatholakala
Ezibovu
Impangele(ghrace)
Ezimnyama
Ezigrey etc

Ngolwazi oluthe xaxa
Contact: 063 6641478

11/08/2020



TOTAL SCREENED: 10,454,259
TEST CONDUCTED: 221,017

Highlights
Yesterday, 9 August 2020, KwaZulu-Natal Province recorded 2 419 new cases.

KwaZulu-Natal Province contributed 36% of the new cases nationally.

The province had been contributing more than a third of the new cases daily for the past seven days.

KwaZulu-Natal Province continues to be the third highest countrywide.

The province has recorded 11 new COVID-19 related deaths.

These deaths did not happen in the past 24 hours. Due to late reporting and high number of patients dying as persons under investigation (PUIs), there is a delay in reporting deaths.

- Where possible

11/08/2020

Dear bahlali baseMatimatolo namaphethelo ubhubhane isifo icorona ikhona futhi iyingozi
Qinisekisa ukugqoka isamfonyo ukuzivikela nokuvikela abaseduze nawe
Geza izandla ufake isbulala magciwane

Sisonke ngokubambisana singayinqoba

28/06/2020

MATIMATOLO POULTRY

SIDAYISA UKUDLA KWEZINKUKHU

1.STARTER
2.GROWER
3 FINISHER

4 AMACHWANE ANOSUKU OLAMTHUTHU

OLAMTHUTHU BOKDAYISA

NOLAMTHUTHU BOKUDLIWA

SIYA DELIVER EMATIMATOLO ESTOBHIN SAKHO EMGAQWEN OMKHULU

UKUFAKA I ORDER SHAYELA LENAMBA
0797543556/ 0769470886

02/04/2020

Sluman Ngelosi
Plz guys ngcelusizo komaziyo untombfikile zinhle mnpungose ngytholakala klenamba 0793064871

02/04/2020

Jasmyn Dondolo
Good Day, I'm looking for the Zondi family that lived in Matimatolo, Greytown. From what I know the family lived next door to the then Chief Cele in 1994. My father who I've never met is Makhosonke Andrias Zondi and his brother is Sinothi Zondi, I'm not sure about the rest of the family members but if you could help me locate my father's family, it would be highly appreciated.

Yanga Dondolo

02/04/2020

Bonisiwe Nonhlanhla Motloung
Good day

My name is Bonisiwe Nonhlanhla Ngcobo I was born in Johannesburg Parkview. I'm hoping you can help me. Ngifunana nobabami igama lakhe uDon Ngcobo uhlala eMatimatolo kodwa Angazi isigodi sakhona uzalwe ugogo besimbiza ngo gogNcwane and to my knowledge and what I was told he was Bhekumuzi Ngcobo brother popularly known as ihashi elimhlophe. I'm currently initiated to be a Sangoma and would like to know about my father and where his from. Ngingathanda kakhulu ukuthola ekhaya ubabami abamaziyo bebambiza ngotamara.

Sorry for any inconvenience

Yours Truly Nonhlanhla

02/04/2020

Vusi Viŕus
Anyone who know the Family of Nomusa Ntombfikile Zuma ozalwa ngu ma Zondi khona lapho ematimatolo pls I need your help

02/04/2020

Siyabonga Khanyile
Ngiyabingelela ematimatolo namaphethelo eshana usiyabonga khanyile lo wakwamaphulo ebhamshela emathulini lase ngizinze khona kodwa inkaba yami ngidabuka kwamaphumulo emvoti enjengabantu emdlelanto isigodi emabomvini ngicela ningisize ngicela ukufuniswa umama unkonto zondi odabuka ekranskop emakhabeleni engcaza isigodi ngizwa kuthiwa usathutha ekranskop engcaza bathi waya kokwakha ematimatolo engcaza umama unkonto zondi bathi umama wakhe kwakungu mamzolo umama unkonto zondi wase ekranskop emakhabeleni egcaza wayethandana nobaba umakhosonke khanyile batho ingane naye unkosinathi sifisa ukwazana naye siwumndeni ubaba umakhosonke khanyile udabuka enjengabantu emdlelanto isigodi emvoti usashona ubaba nami ngangizwe ngokhulu umazibula esaphila ozalwa udonono zibula embuba isekhona imizi uzalo lakozibula embuba phesheya kwesikole isangweni ngicela niwuhlabe niwulawule matimatolo amahle nanka amapic kababa umakhosonke khanyile owayethandana nomama unkonto zondi bamkhomba lapho ematimatolo eshane

Address

Greytown

Telephone

+27769507431

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Matimatolo posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share