Sthembile street patrol forum

Sthembile street patrol forum We fight against crime within our community

24/11/2023

Sibingelele kumphakathi namaphethelo

Sicela ukudlulisa ukuthi ama collections ka door-to-door ayaqhubeka. Kusasa sizohambela EMADOSHINI ANGASEMPISINI.

Besicela ukuba nibambisane nathi ekunikeleni okweshumi okuyinani likaR30.

Kind regards
STHEMBILE STREET PATROL FORUM (SSPF)

23/11/2023

Sanibona

Malunga omphakathi ahloniphekile kanye namaphethelo.

Besicela ukuba nibambisane kanye nathi kwezokunikela okweshumi.
Imininingwane iyalandela.

Bank name: FNB (First National Bank)
Account number: 63075494088
Rereference: YOUR HOUSE NUMBER, NAME AND SURNAME

Siyabonga kakhulu ukubambisana kwenu kanye nathi kuyoba esikhulu isibusiso.

For more information please send us an inbox.

Kind regards
STHEMBILE STREET PATROL FORUM (SSPF)

STHEMBILE STREET PATROL FORUM(SSPF) ifisa ukuxwayisa uMphakathi wonke ngokuthenga impahla yokwebiwa.SECOND HAND GOODS AC...
15/11/2023

STHEMBILE STREET PATROL FORUM(SSPF) ifisa ukuxwayisa uMphakathi wonke ngokuthenga impahla yokwebiwa.
SECOND HAND GOODS ACT icacisa ngokusobala ukuthi lokhokwenza kuyicala elibomvu futhi elikufaka ejele.

Esithombeni lezinsizwa ezandawonye zeba izitsha ekhaya lazo maqede zayokudayisa.

Sizwe sakithi masivumelane ngokuthi impahla eyebiwe ayithengwa nhlobo!!

Sibonge ukusebenzisana siwumphakathi waseSthembile soyinqoba lempi ngokubambisana

Siyabonga
Abaqondisi.

Address

Glencoe

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Sthembile street patrol forum posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share