Anc Nomsa Mthiya Branch Ward 17

Anc Nomsa Mthiya Branch Ward 17 This is a official page of ANC Nomsa Mthiya Branch for information and media. Contact details 067 800 3847

I-WARD 17 – COMPUTER COURSE πŸŸ‘πŸŸ’βš«οΈπŸ’»U-ANC Councillor Candidate waseWard 17, Comrade Phakamani SGA Madonsela, uzokhokhela ab...
11/09/2026

I-WARD 17 – COMPUTER COURSE πŸŸ‘πŸŸ’βš«οΈπŸ’»

U-ANC Councillor Candidate waseWard 17, Comrade Phakamani SGA Madonsela, uzokhokhela abahlali abangu-10 bakaWard 17 ukuthi bathole ithuba lokufunda i-Computer Course. πŸ‘πŸΎ

Leli yithuba elihle kubantu abafuna ukuthuthukisa amakhono abo, bazilungiselele amathuba emisebenzi futhi bazuze ulwazi oluzobasiza ikusasa.

βœ… Okudingekayo:
β€’ Ube ngumhlali waseWard 17
β€’ Ube ngumuntu ongasebenzi
β€’ Ube ne-Grade 10–12
β€’ Ube ne-ID esemthethweni yaseNingizimu Afrika

πŸ“Œ Letha i-copy ye-ID kanye nezinombolo zakho zokuxhumana.

πŸ“… Usuku: 16 September 2026 - Wednesday
πŸ“ Indawo: Drakensburg Comprehensive High School
⏰ Isikhathi: 16h30

⚠️ Kuzothathwa abangu-10 kuphela, ngakho ungaphuthelwa yileli thuba!

πŸ“ž Xhumana: 067 800 3847
WhatsApp: 072 732 4050

Amakhono namuhla, amathuba angcono kusasa! ✊🏾





Mhla ziyi-04 November 2026, sinethuba lokukhetha ikusasa lemiphakathi yethu. Sikhuthaza futhi simema bonke abavoti base-...
11/09/2026

Mhla ziyi-04 November 2026, sinethuba lokukhetha ikusasa lemiphakathi yethu. Sikhuthaza futhi simema bonke abavoti base-Estcourt, kusukela ku-Ward 1 kuya ku-Ward 24, kuhlanganisa nezindawo zasemakhaya, ukuthi baphume ngobuningi babo bayovota i-ANC.

Siyabethemba ama-Councillor Candidates e-ANC ukuthi bazowumela kahle umphakathi, balalele izidingo zabantu futhi basebenzele ukuthuthukisa i-Estcourt kanye nezindawo zasemakhaya.

Leli yithuba lokukhombisa ukuthi sifuna ubuholi obusondelene nabantu, obulalelayo futhi obusebenzayo.

Ngomhla ziyi-04 November, ungalishiyi ivoti lakho!
Phuma uyovota!
Khuthaza umndeni, abangani nomakhelwane ukuthi nabo bavote!
✊🏾 Ward 1 kuya ku-Ward 24 β€” masivotele i-ANC!

Umsebenzi we-ANC awupheli β€” usazoqhubeka futhi uzoqina kuze kufike mhla ziyi-04 November!

IVOTI LAKHO LINAMANDLA.
IVOTI LAKHO LINGAKHETHA IKUSASA.
NGOMHLA ZIYI-04 NOVEMBER β€” VOTELA I-ANC! 🟑⚫🟒

ANC JOSIAH GUMEDE REGION | WARD COUNCILLOR CANDIDATES PHOTO SESSIONToday, the ANC Josiah Gumede Region is capturing the ...
11/09/2026

ANC JOSIAH GUMEDE REGION | WARD COUNCILLOR CANDIDATES PHOTO SESSION

Today, the ANC Josiah Gumede Region is capturing the faces of the people who will carry our message of service, accountability and delivery into every ward.

One movement. One message. One commitment to build local government that works for the people.

πŸ–€πŸ’šπŸ’› ANC Ready to Serve. Ready to Deliver.

09/09/2026
JOSIAH GUMEDE REGIONINKOSI LANGALIBALELE SUB REGIONWARD 17 – NOMSA MTHIYA BRANCH Ward 17 UHLELO LOKUVAKASHELA NOKUDUDUZA...
09/09/2026

JOSIAH GUMEDE REGION
INKOSI LANGALIBALELE SUB REGION
WARD 17 – NOMSA MTHIYA BRANCH Ward 17

UHLELO LOKUVAKASHELA NOKUDUDUZA UMNDENI – L**E YIMPUMELELO

Namuhla, mhla ziyi-09 kuMandulo 2026, uComrade PHAKAMANI β€œSGA” MADONSELA, u-ANC Councillor Candidate waseWard 17, ehambisana nobuholi be NOMSA MTHIYA Branch, uvakashele umndeni wakwa Mbhele ukuyobakhombisa uthando, ukubaduduza nokuzwelana nabo ngesikhathi esinzima sokushonelwa.

Lolu hlelo luqale ngo 16H00, lapho uComrade PHAKAMANI SGA MADONSELA edlulise amazwi enduduzo emndenini. Njengesandla sokweseka umndeni ngalesi sikhathi esinzima.

UComrade PHAKAMANI uphinde waqinisekisa ukuthi i-ANC ayipheli amandla ekusekeleni nasekulekeleleni abantu bakithi, futhi izoqhubeka nokuba seduze nemiphakathi ngezikhathi ezimnandi nezibuhlungu.

β€œAkuphelile i-ANC. Sizohlala sikhona kubantu bakithi, sibasekele futhi sibasize lapho sidingeka khona.”

Umndeni wakwaMbhele uzwakalise ukubonga okukhulu ngokuvakasha, ukududuzwa kanye nokwesekwa okutholile. Umndeni uphinde wachaza amalungiselelo omngcwabo ohlelelwe ukuba ube ngoMgqibelo.

Sibonga ubuholi beBranch nawo wonke amalungu abambe iqhaza ekwenzeni lolu hlelo l**e yimpumelelo.

I-ANC ihlezi nabantu β€” ngezikhathi ezimnandi nangezikhathi ezinzima. 🟒⚫️🟑

ISIMEMO KUWO WONKE AMALUNGU! 🟑⚫️🟒JOSIAH GUMEDE REGIONINKOSI LANGALIBALELE SUB REGIONANC NOMSA MTHIYA BRANCH – WARD 17Siy...
08/09/2026

ISIMEMO KUWO WONKE AMALUNGU! 🟑⚫️🟒

JOSIAH GUMEDE REGION
INKOSI LANGALIBALELE SUB REGION
ANC NOMSA MTHIYA BRANCH – WARD 17

Siyaninxusa nonke amalungu namavolontiya e-ANC ukuthi nize ngobuningi emhlanganweni we:

BRANCH ELECTION TEAM (BET) MEETING 🟑⚫️🟒

πŸ“… Usuku: 09 September 2026, ngoLwesithathu
⏰ Isikhathi: 17h00
πŸ“ Indawo: Drakesburg Comprehensive High School

Lo mhlangano ubalulekile ekulungiseleleni nasekuqinisekiseni ukuthi umsebenzi we-Branch Election Team (BET) uhamba ngendlela efanele.

Sicela wonke amalungu namavolontiya ukuthi azibandakanye, afike ngesikhathi futhi abe yingxenye yomsebenzi wokwakha nokuqinisa igatsha lethu.

Ubumbano, ukuzibandakanya nokuzinikela kwethu kubalulekile!
Amandla e-ANC!

06/09/2026

INJABULO ESIGONDLWENI! 🟒🟑⚫️

Namuhla kube usuku olugcwele injabulo eSigondlweni, lapho u ANC Ward 17 Councillor Candidate, uComrade PHAKAMANI β€œSGA” MADONSELA, ebeyingxenye yomcimbi wokwamukela amalungu amasha angaphezu ka 90 ajoyine i-ANC aphuma emaqenjini ezepolitiki ahlukahlukene, okubalwa kuwo IFP, MKP kanye ne-NFP.

Lo mcimbi ubuse Albertina Sisulu Branch, Ward 18, Inkosi Langalibalele Sub-Region, eSigondlweni Sports Grounds.

Baningi abantu abathathe isinqumo sokushiya amanye amaqembu bazibandakanye ne-ANC, bekhombisa ukuzimisela ekwakheni ikusasa elingcono lemiphakathi yethu. ✊🏾

Asibalandeniβ€” siyabalandela!
Siyabamukela bonke abajoyina i-ANC. 🟑⚫️🟒





HAPPY BIRTHDAY COMRADE SANELE MFUNDO MADONDO! 🟑⚫️🟒JOSIAH GUMEDE REGIONINKOSI LANGALIBALELE SUB-REGIONANC NOMSA MTHIYA BR...
05/09/2026

HAPPY BIRTHDAY COMRADE SANELE MFUNDO MADONDO! 🟑⚫️🟒

JOSIAH GUMEDE REGION
INKOSI LANGALIBALELE SUB-REGION
ANC NOMSA MTHIYA BRANCH – WARD 17

The ANC Nomsa Mthiya Branch wishes Comrade Revolutionary Mfundo Madondo a very happy birthday! πŸŽŠπŸŽˆπŸŽ‚

As you celebrate your special day on 05 September 2026, we wish you wisdom, strength, good health, happiness and many more years ahead.

May you continue to grow, serve and contribute to the struggle for a better life for our people.

Khula Comrade! ✊🏾
Happy Birthday, Comrade Mfundo Madondo! πŸŽ‚πŸŽ‰

πŸŸ‘πŸŸ’βš«οΈπŸ”΄

Issued by: ANC Nomsa Mthiya Branch – Ward 17
Ends//

πŸ“± page: ANC NOMSA MTHIYA BRANCH WARD 17

AMATHUBA OMSEBENZI ‼️ ‼️ πŸ“£ πŸ“£ KZN Community Safety and LiasonClosing date: 11 September 2026
04/09/2026

AMATHUBA OMSEBENZI ‼️ ‼️ πŸ“£ πŸ“£
KZN Community Safety and Liason

Closing date: 11 September 2026

Address

Estcourt Wembezi Mahhashini Section
Estcourt

Telephone

+27836601411

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Anc Nomsa Mthiya Branch Ward 17 posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Organization

Send a message to Anc Nomsa Mthiya Branch Ward 17:

Shortcuts

Share