Ndabayakhe ekasi lam

Ndabayakhe ekasi lam Indaba, izasiso, ingxoxo nolwazi ngezinto zomphakathi wase Ndabayakhe. οΏ½

πŸ’”
21/05/2026

πŸ’”

INGOZI- kubikwa ukuthi kudlule abantu abathathu Eshowe oyemeni ngesikhathi kuginqika iloli ebelithwele ama pallets awu 3 ama BlocksπŸ’” njengamanje abezimo eziphuthumayo basendaweni yesigameko.
follow Richard's bay Online News

😞
13/05/2026

😞

13/05/2026
Siyabonga kakhulu kubafana ababili abazinikele ukuhlanza ithange lo mphakathi lamanzi lase Bay brick. L**e lukhulu usizo...
11/04/2026

Siyabonga kakhulu kubafana ababili abazinikele ukuhlanza ithange lo mphakathi lamanzi lase Bay brick. L**e lukhulu usizo lwabo izandla zedlula ikhanda. πŸ™ŒπŸ½

Reconciliation isn’t a holiday β€” it’s a daily decision.Today, we remember that healing beginswhen we choose understandin...
16/12/2025

Reconciliation isn’t a holiday β€” it’s a daily decision.

Today, we remember that healing begins
when we choose understanding over division. 🀍

πŸ‡ΏπŸ‡¦ Day of Reconciliation.

Umkhosi weholide uyisikhumbuzo sokuthi injabulo iyisibusiso esabelwana ngaso.🌲
24/11/2025

Umkhosi weholide uyisikhumbuzo sokuthi injabulo iyisibusiso esabelwana ngaso.🌲

Baba osezulwini, siyabonga ngalolu suku olusha.Siyabonga ngokusivikela ngesonto eledlule.  Sicela umusa wakho kuleli son...
03/11/2025

Baba osezulwini, siyabonga ngalolu suku olusha.

Siyabonga ngokusivikela ngesonto eledlule.
Sicela umusa wakho kuleli sonto elisha.
Sibusise emindenini yethu, emsebenzini nasezifundweni.

Siphe ukuthula, uthando, nokubambisana.
Konke sikucela egameni likaJesu Kristu.
Amen. πŸ™πŸ½

17/10/2025

Sanibona,, mphakathi wase Empangeni namaphethelo, ngicela usizo ningifun lomfan osesithomben igama lakhe vusi Majola ohlal emaqomfini ematshan akekho ryt uyagula πŸ™πŸ™πŸ₯° wagcina ukubonwa ifake I jacket or ijezi elibomvu.. if nimbona cel ningithinta kule number 0637814080 or 0665952415πŸ™πŸ™πŸ™sesimbheke yonk indawo asimthole ezibhendlel akekho ryt uyagula ngyjabula ukubambisan kwenuπŸ™πŸ™πŸ™πŸ™isona sthomb esinaso lesii πŸ’”πŸ’”πŸ™πŸ™πŸ™

14/08/2025

Yekani ukudla e-Taxin! 🚌
Akumnandi ukubuka iwindi for 30 minutes kubekunuka i-KFC πŸ—
😩

11/08/2025

Address

Empangeni, Endabayakhe Reserve
Empangeni
3875

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ndabayakhe ekasi lam posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share