02/02/2021
🖤 🖤
Ngithe ake ngibongel lentombi eyakuzalayo ngokuba khona kwayo lapha emhlabeni eyidlalile indima yayo ngokuba khona kwakho
Mama ngithanda ukubonga ngothando ongiph lona nanokungikhulisa ngize ngibe mngaka nanokungibekezelele kwakho izinyanga eziyishangalolunye wehla wenyuka nami ngikulesi esakho isisu kwaz kwafika ukutheni ngizalwe 🍼 wangibonisa uthando ngifisa wazi ukuthi kuleyami nhliziyo akekho obalulekile ukudlula wena futhi
ngikuthanda into engenakuchazeka
Ngiyaziqhenya ngawe mzali wami ngisezinhlelweni zokuthi ngihlele usuku lokubonga kwami ngongenzele khona ngokuba khona kwakho emhlabeni ngokuthi nami ngibe khona kulomhlaba uhlale wazi ngiyozikhandla ngisebenze kanzima ngikugcine uhlezi ujabulile uziqhenye ngami
Noma kuthiwa ubhekene nasiphi isimo ngiyohlezi ngikhona nanoma kuthiwa usuwufulathele umhlaba angisoze ngakukhohlwa ngiyokuthanda kunjalo mama ufana nayonke into lapha kimi ngiyazi nawe awusoze wangilahla njengoba nami ngingeke ngakulahla uyazi ngifekelwa izinyembezi zenjabulo kuthi angikhihle isililo sika nandi yingakh ngizoma lapha ebese ngikutshela ukuthi u are the most important mommy in this world all over the world 😘😍🤩😊
I love you mommy 💖💞💝💘❤️💓💕❣️💣💥✨🔥