Emakhuzeni

Emakhuzeni EMakhuzeni. Indawo enhle yabantu abahle. Uma omunye ehlonipha omunye. Inhlalo yethu iyohlala iyinhle naphakade.

14/02/2023

EMakhuzeni iValentine day yakho ijubane ubamba inkukhu bese uxova nojege lishone ilanga kudliwe kamnandi. Kubiza kabi ukuya eXobho, ufika sowuwa indlala.

13/02/2023

Eyakwabani noma eyakuphi lensizwa ekumise kabi, uvele ubone ukuthi ngamnika noma yinini lo sekusele indawo nesikhathi nje?

13/02/2023

Ngiyayithanda lento yokuthi kube nabaculi lapha kwelakithi yinhle kakhulu, kodwa phela ningaculi nonke Makhuze.

12/02/2023

Police station yase Bulwer mokhuluma Isingisi bakudlulise eXobho..ubezwe behleba bethi I "serious le case" 🤣🤣🤣

02/02/2023

Sigcine silitholile irasta lezimanga, ngicela nimu followe ku IVilel'khuthele Two Pages noma ku IVilel'khuthele UTwo-pages E-Bulwer
ai akaculi ugila izimanga lombhemu.

02/02/2023

Ligila izimanga irasta laseGqumeni, ai konakele impela nathi sesibuya kulona sizizwele ngawethu.

02/02/2023

Lomculi esimfakile kwi profile pic kuthiwa owaseGqumeni.. Nawe Gquma awumncinyane.
🔥🔥🔥

Ngiyeza lapho kwaZahara sodlal ingoma kuze kuse.

26/01/2023

Get up.
Stand up.
For your rights.

Please tune in to your local radio station, Bulwer FM
23/01/2023

Please tune in to your local radio station, Bulwer FM

Listen to Bulwer FM online

20/01/2023

UMkhandlu I Dr Nkosazana Dlamini Zuma Municipality ubongele zonke izikole zamabanga aphezulu ezingaphansi kwawo.

1. Nhlanhleni 100%
2.faithway 100%
3.Dlangani 98,1%
4.Ngonyama 96.6%
5.Sonyongwana 95.9%
6.Mandlezizwe 95.7%
7.Dingeka 93.4%
8.Pholela 93.3%
10.Amakhuze 93.3%
11. Ginyane 92.9%
12.Mdingi 90.9%
13.Sqhoza 90.%
14. Mqulela 88.9%
15. Mandadla , Mqulela and Ntwasahlobo 88.9%
16. Zashuke 84.20%
17.Skofill 83.6%
18.Mahlahla 82.9%
19.Dumabezwe 82.5%
20.Ralph 81.5%
21.Kwamvimbela 79.2%
22.Centocow 73.0%
23. Batlokoa 71.4%
24. Qulashe 70.8%
25.Leshman 63%
26. Ndabakazibuzwa 56.0%

Address

KwaZulu Natal
Bulwer
3244

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Emakhuzeni posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share