08/09/2026
MANDENI BOOKS & FILM LAUNCH
08 SEPTEMBER 2026
UMasipala wase Mandeni, ngaphansi komnyango wezomtapo wolwazi, uzosingatha umcimbi wokwethula ngokusemthethweni umsebenzi wababhali kanye nefilimu.
Lomcimbi uhlelelwe uLwesihlanu, mhlaka 11 September 2026. Amalunga omphakathi ayamenywa ukuba ingxenye yalomcimbi, nokuzothola ulwazi ngokungena kulemikhakha, ukuhlangana nababhali nokuzwa ngemisebenzi yabo kanye nezindlela zokuthola imsebenzi yabo.
Bheka izikhangiso ezinamikiwe ngeminye imininingwane:
www.mandeni.gov.za | 032 456 8200 | [email protected]