Londiwe Mgaga

Londiwe Mgaga Inbox
For Page promotion

13/06/2024

Abant abase Groupin Yam yakwa Whatsapp yeytori bayangbuz
Londiwe izitori ezimnand kangak uythathaph uzaze kanjn 🥺❤️why ungayobhala ucel u plug ku ma celebrities
Bafeth min manglalile nje ebsuku it either i movie,istori or i novel ngiyakphupha ubusuku nobusuku nje ngyasphupha 🥺❤️ngvuk sengith ma namhlanj ngphuph i movie nje impel ephelel
Kwabanga ngenang i group igcwele kodwa ng create enye kodwa kunemigomo nembandelake
Nam le idea ngiythol khon e groupin yikhok ukuth wonk umunt uvumil that why ku gcwele
Ongakangen engakhathaze ngzom Add leave your tenz ngzoyenz eny etsha futh i group

27/05/2024
05/04/2024

Whatsapp Numbers to you all i will add you to my group ❤️ Laph engzob ngbhalela khona just leave your whatsapp Number 😉
Tcs apply

03/04/2024

Ningamangali ngthule ngzoqhubeka asiqhubeken si invite yafika ku 10K ngyaqedela avel kubhora ukubhalela abantu abancane ❤️🥺👏

26/03/2024

Ngibuyile kodwa ngeke ngsabhala ngama Page ngoba abantu bayawatshotsha ama novel wami 💔 ngakho sengizobhala ngale Account yami bengsacela niyi follow. NGBONG ITHUBA
👉Londiwe Londie👈

18/01/2024

By The Grace Of God I got
2 distinctions 🥺❤️

02/01/2024

honnestly i highly believe ayikho indoda that spends a day without talking to the woman he truly loves.YOU ARE NOT THE ONE SIS !

02/01/2024

Washona wangshiya nesisu ngafika naso kubo basiphika💔

P16

Umaka Yamukelangi wabe esethenga Omunye wowudokotel ukube abulale uLondiwe ❤️😭 uDokotela wavuma ngob baphinde bamsongela ngengane Yakhe efunda amabanga Aphansi 💔👶 Uma engenz intando Yakhe izobulawa ❤️Ngabolobobusuku ingane Yam u Boy yaphupha Ugogo wayo okungumama ka Nzimah .Ethi mntanami baleka nomama wakho esibhedlela bazokubulala 😲💔baleka baleka baleeeeka ngezwi elinesigqi elithusayo Nangempela Waphaphama u Boy ememeza maaama 😭evuka ekhala Ngifun umama Mama ngfun umama wami 💔 Wathuka nomngan wamu Kanye nomkhonyan wakhe Baya Ku Boy beyomthulisa
U**y wabe esethi ugogo uthe ngbalek no Mama u mamncan ufun ukumbulala 💔😭ikhala ingane
Lokho kwathusa kakhulu umngan nomkhonyan wakhe ngob akekho
Otshele Ingan mayelan nokuba esibhedlela 😲Bavel babon Ukuthi uqinisile 💔abapholisanga Maseko baphuthum esibhedlela ❤️umkhonyan kamungani wayengu somatekisi enezinkabi Zakhe banyonyobel Khon bangthath esibhedlela Baya Nami
Kwenye indawo la abafihlan Khon makuvel izinkinga indawo yasemakhaya ❤️Isangom esasithunyelwe u mama ka Nzimah osashona safika ekuseni kuleNdawo okukhon Khon Min ukuba sizongilapha 💔Lapho u ngangingezwa lutho kungath ngiyisidumbu 💔
Wath engafik u Dokotela ekuseni
Uthola akukho muntu esibhedlela 😲u Dokotela wabiza amaphoyisa

P17

Athi engafik amaphoyisa ekuseni nawo aqala athungatha 💔Kwaphuma komabonakude Ukuthi nglahlekile .Wajabula umaka Yamukelangi ezitshel Ukuthi ngilahlekile kanti ngeqisiwe 💔 Wabona nge call evela Ku Dokotela esathi uyabonga Ukuthi umusebenzi wakhe akawucelile ufeziwe 😊wavele wathi udokotela naye akazi Ukuthi uthathwe ngubani u Londiwe 😲 wathuka wajuluka ethukuthele .Kanti wen bewkuphi bemuthatha silima sikadokotela kusho umaka Yamukelangi Esho ngonya 😡
Umukhonyana wami u Nzimah bamazisa mayelana nokunyamalala kwami ❤️ukuze engathuki kodwa bamudonsa ngendlebe Ukuthi naye enze sengathi akangazi Ukuthi ngifihlwe kuphi ❤️ Wabona u Nzimah Ukuthi u Boy ingane Yami ayisaphephile ngakho wamuyisa kubo Kwa Mtungwa enkosini ngoba vele kwakumele Ibe Inkosi 👑khona u Boy wayeneminyaka eyishumi nambili kodwa indlela ayenza ngayo ngathi indoda enamashumi amabili nantathu 🚶wayengeve ehlakaniphile wayehamba nedlozi lobukhosi

Ngosuku lokuqala eya ebukhosini ehamba nobaba wakhe 👬 wathi engafika esangwen lasebukhosini wama ngaphandle kwesango .Beza begijima abasebukhosini bemujabulela inkosi ibuyile ekhaya 👑❤️.Kodwa Yena wayengakhombisi ukujabula noma Ukuthukuthala wayezi thulele Nje ebabuka . Wathi u BaBa ka Boy okunguNzimah ngena Boy.
Wathi u Boy igama Lami ngingu Ahlengwe futhi o gogo nomukhulu bathi ngingangeni ningangigezile ngezimbuzi ezinhlanu ezimuhlophe 🐐🐐🐐🐐🐐
Wanke umuntu wamangazwa amazwi ka Ahlengwe .Waveza izinyo lomhlathi Ugogo wakhe ebona indlela u Ahlengwe enza ngayo wathi lengane ifana ncamashi noyise wayo ejabula u GoGo ❤️😊
Wabe esethi u GoGo Yenzani njengoba umfana Esho
Bazihlaba izimbuzi ezinhlanu .Baze bahlaba nenkomo Ngaphezulu ❤️Wonke umuntu ejabule kodwa u Malume wakhe abamuphuca isihlalo engajabule esenonya Ngaphakathi emunyama, ihlo elilodwa lasha nohlangothi lobuso lushile kodwa Wazenza omujabulelayo 😁
Please follow
👉❤️Washona Wangishiya Nesisu Ngafika Naso Kubo Basiphika❤️👈

01/01/2024

Washona wangshiya nesisu ngafika Naso Kubo basiphika 💔
P14
Ngvel ngbon Ukuthi ngiyalingwa La 💔😔Kuse ekseni usenza sengathi uyagulake mañje 💔 NamuhlaNje u Baby Abe off emsebenzini athi akupheke Min laph u Yamkela ilokh afik akalazi ibhodwe 🍲🥘akaze aze aphek
Lapho angnamandla ngkhulelwe 💔 Ngsale sengphek ngqanda ukukhuluma phela ngangingakthandi . Ngelinye lamalanga ngaxoxela umungani wami ngalesi sigameko wangiyala ukuba ngfake ama camera📷 endlini 💔Ngangisaba kodwa ngabon ukuthi ngzosizakala ❤️Ngawafaka e roomin lakhe Lami e khishini nase ndlini yokuphumula Nangempela zakhala ngaksasa Ngavuka ngi Happy Ngalolosuku ❤️😊 Ngavuka ngcula ngayinhlinela indlu yakwami 😊ngabek ibhodwe ngaya phandle ngayozhlalisa Khon Phel endlini ngicuphile 😂ngfun ukuth iqhinga Lami lisebenze Kahle
Wavuka u Yamukelangi uvuka ngo 12 emini njalo 💔ekben wath uvuka ngo 8 esokenilami ❤️wavuka akanga geza zandla uvuka ulandel iphunga lokudla okunukayo 💔 uncolile enjalo ufika uvula ibhodwe lokudla uyazi phakela kodwa ibhodwe liseziko njalo uqede ufaka unswayi oluning ekudleni kwami 💔💔 uchitha amanzi phansi emunyango 💔ukudla akakudlayo kunamathambo uyadla aqeda alahle Khon lapho phansi ngalowo Mzuzu Min ngizthameleli ilanga phandle 🌄 nglinde enze konke aze Adele kwathi Ngo 2 sekuyiskhath sokuth ashayise u Nzimah kwayima ngibuyela endlini mangithi ngyangena ngashibileliswa ilamanzi ayewachithe emunyango 💔 Ngawa ngesisu sika 6 months 🤰
Engabe uyangsiza wahleka waya eroomin lakhe ngokunganak Ukuthi nglimele 💔
Yimi loya ngizihudula ngdonsa ifon Yami esofeni ngfonele u Nzimah athi nasike lesiscefe umuntu ufun ukunghlukanisa no Sisi wami 💔Ayi drop 💔 ngfonele umungani wami ngth akaphuthume qede ngquleke ❤️Mayefika uthola igazi Yonke indawo ❤️eliyophuma ngomunyango 💔💔Afonel I ambulance nama Phoyisa esedideke inqondo 🚑🚓

Lapho e Roomin lika Yamukelangi kukhala I Piano avule wonke uSound ufake nama Earphones 📱 wath engafika uNzimah ufika kukhon I ambulance nama Phoyisa

Part 15

Wathi Nje eqhamuka wamemeza Aybo kwenzakalani 💔🗣️🏃Ngezwa ubuthongo obuncane emehlwen obungilolozelayo Akekho owalibala ukumchazela bangen bonke endlini bafike bangitakula bangifaka kwi ambulance ngemumva 💔 BaBebeng phuthumisa esibhedlela bamushiya uNzimah ngahamb nomungani Esadinwe nayileli piano elikhala endlini wabe esethi emaphoyiseni awabulale umunyango ngoba lomuntu olaendlini akezwa ngish kugqogqothwa 💔 bawubulale bangene bamufica ufake ama earphones ulele ugubezele bafika bamumbula ingubo bamuvusa bamugaxa ozankosi
kwathiw Nguyen unolwazi 💔 wakhal wath Kade elele akezwang lutho Yena
uNzimah wamuzwel ethi usisi wakhe akangen Kade elele

Amaphoyisa athi konke lokho unelungelo lokukuchaza mabefika phambili💔
Bamuthath bahamba naye 💔wasala edunyelwa ikhanda uNzimah engaz enze njan ngalolo Suku u Boy walala Kubo kwamungan wami 💔 Engaz Ukuthi kwenzakalani engabonang nokubon 💔
Wathi Efika esibhedlela uNzimah uthol umungani wami elindile emabhetshini wathi kuye kunjen Nje umungan wami ulimel ingenxa yakho skhohlakali sendoda 🗣️🗣️(ediniwe )Wena umungani wakutshel Ukuthi u dadewenu uyamuhlukumeza awangamkholwa u Jabule manj 💔😭(ekhala Mii izinyembezi)
Wath esazophendula uNzimah kwaqhamuka udokotela 💔Wathi kuzomele ilunga lomundeni likhethe Ukuthi kuphila u londiwe Mgaga noma kuphila ingane Yakhe Nino 3 days wokuth nikhethe
Bonke bahlohla amehlo 😲😲
Please follow
👉❤️Washona Wangishiya Nesisu Ngafika Naso Kubo Basiphika❤️👈

30/12/2023

Washona Wangshiya Nesisu Ngafika Naso Kubo Basiphika 💔

Part 12

Uphi udadewethu Wena sfebe 💔uphi ebe emubamba entanyeni
Aphike umama eth akazi Yena ukhulum Ngan lomfana anyanye uNzimah kufonelwe nama Phoyisa afike emuthathe amaphoyisa ayenawo ePolice station aze angcine esekhuluma 🗣️

athi kodwa udadewabo ka BaBy enye yezingane zabo okungu Yamukelangi Intombazane Yakhe akayeyithanda kakhulu kodwa eyayingangifuni ihlezi ingishaya 💔💔😭
Bamubopha Umama ngize ngimubuze Min kodwa mama ungathanda ingane Yomunye umama okundlula ingane Yakho owaythwala izinyanga eziwu 9 esiswini Sakho
Ngikhala miii izinyembezi 💔😭😭💔 angbamb uNzimah angthulise sihambe Kanye no Dadewabo owayengangi funi uYamukelan masifika endlini bamukhombise indlu Yakhe akayishiya ngekathi bemutshotshile 💔Wathi Nje engangena Kuyo wezwa umusindo wezipoki lapho uwuzwa Yedwa 💔wamemeza wacishe waquleka wathi Yena Ngek ahlale endlini enje 💔Wangmangaz uNzimah uthuma Min uth angigijima nglethele usisi wakhe amanzi 🥤 akufan naye Phela lokhu 💔ngiye Phela ngbuye nawo Mangfika use mkokoshele Aybo ngyalingwa Yin ngphathwe isikhwele simufak kwi Guest Room 💔 Sihambe siyolala sisalel ngimtshel uNzimah Ukuthi ngyasola engath uYamukelan ndina Lo akuyena uSisi wakho wee Ngabe ngimuthintile wash*tsha umufana 😡 wanyanya wathi mfazi ndina awuze ukunghlukanisa no Sisi wami senghlangan naye salahlekelan iminyaka engaka wasuka wahamba wathathi ingubo wadikila umubhede waya esofeni wayolala khona Ngavel ngabon Ukuthi yaqalak inkathazo madoda 💔💔

Part 13

Ngakhala ubusuku bonke 😭💔 ngath sengzobuyel ekuhlupheken Nje manj ngizwe izwi elith Thula mntanami 😲💔Ngqalaze endlini ngbuye ngizwe engath bengicabanga ❤️Ngvel nglale kuse ekuseni ngye emsebenzini ngith baby asambe ❤️Syosebenza asukum umuntu aKangkhulumisu uyabanda Nje umuntu 💔Ngimbon u Yamukelangi ejabuliswa Ukuthi sxabene 😔.Ngaqala nga Cela ukuphumul ngob ngkhulelwe emsebenzini ❤️ngafika ngimubambise omunye isikhundla Sami 👩‍⚖️❤️ mangifika ekhaya ❤️Ngimufica akenze lutho endlini lapho ngfika ntambam nam Abe esengena u Nzimah kncolile endlini Wena uvule Zonke izinto zengane zokwenza I lunch box wazimosha Ngabe kuncono kube wakudla manj wakulahla Okunye 💔💔Ngezwa ngphelelwa Ngamandla 💔Ngathetha 😡😡ngadineka kakhulu Ngimthethise Avele ekhale Ekhale aye kuNzimah ethi Min ngyamuhlukumeza 💔ngyamushay Esho konk okungamanga afik uNzimah angthethise Kube buhlung Kim kakhulu 💔💔Ngabon Ukuthi ngbuyel esihogweni Phel la Enganandaba nam Engasanginakile njalo nglala Ngedwa ❤️ uNzimah wayenemali eningi engabon noma kukhon odonsay ebhange futh engenandab 💸💸Ngavel ngadonsa u R 500 000 Phel kuye wawufana Nokuth ngkhiphe u R100 ❤️Ngayifaka kwelami ikhadi njalo makuphela u Suku ❤️ Ingasangthinti ngish ukungthinta indoda isibanda Nje 💔 Ngelinye ilanga ngaphek ukudla ngaqeda ngenza konk ngashiya itiye lam phekwe tafula ngayochama Wasala wangfakel amaphilisi okuth nglale ❤️ Ngath ngbuy ngaliphuza itiye Nangempela ngozela ngalala ❤️Leli phixiphixi lisala lithatha ukudla okuphekwe yim lithi kuphekwe wuye 💔
Uthi Min benglel usuku lonke 💔yen bekahlukumezeka uth Min ngyavilaph .Wath yingani ungamxoshi laykhaya ❤️athi u Nzimah ngeka alahle umuntu wakhe okuyimi 💔Anyanye u Yamkela Acabange isu lokuthi uzongxosha kanjn 🤔

Please follow
👉Washona Wangishiya Nesisu Ngafika Naso Kubo Basiphika👈

29/12/2023

Washona wangshiya nesisu ngafika Naso Kubo basiphika 💔
Season 1
P10
Aybo uthin mañje nzimah uban Kant olenzile 😲ngob u Boy akakwazi 💔🤨manak iphi lenkomish Owenze ngay itiye ngith nayla eduze kombhede mangithi ngqalaza ngal kombhede Aybo ayikh inkomishi 💔 Ayy athi sthandwa Sam kzomele sihamb siyohlola ngob
Ngath isiyaqina lento Yakho ❤️
Ngaphambi kokub uye Kini ksasa ukuze Phela bazokwazi owmalume ukuzo lobola ❤️
Ayy ngvumek ❤️Engithanda uNzimah nam ngimthanda kungekh ohlukumeza omuny sinakekelana ngaso Sonke iskhath siqede silale Ngphupha engath ❤️Ngbon isiziba esikhulu engathi siyangdonsa ngsabathe ngyama singidonse 🌊ngith sengzongen ngphaphame sivuke sihambise ingane esikoleni ❤️ sibuye sisendleleni eya esangomeni Ngimutshel ngephupho Lami amangal naye 🌊Sathi masifika sakhumul izcathulo sangen Sathi sisazo chaza udaba lwethu Sath khululekan nginilindele veler ❤️
Wathi akukho okumele nginitshele Khon mayelan nomama omubon esangwen iqiniso lizombuleka maduzane Nje engingakutshela Khon mayelan nesiziba mntanami Ukuthi uzothwasa ❤️😲Ngahlohla amehlo angikfun Ngempela Phela Mina ukuthwasa ngabuza ngath Ngizothwasa ngaliphi ngob umam akason isangoma 😲ngish nowugogo nowkhokholozi imbala Sathi isangoma Koda umama Wakh uyiso ngith lutho angqondi athi iqiniso lizovel maduzane Nje bekezelani
Sikhokhe imali yokukhanyisa sihambe Phela akuvaleliswa 🤨💔 endlelen eya ekhaya uNzimah uhamba engduduza ungaphathek kab baby Yaz Ugogo wamie wayeyi sangoma 😲 Ngmangale phomangabe eysangom kushuthike wuye ongnike lesisipho 💔🤨Nghlanganaph Min Pho ngob awkakanglobol Nje 😲 athi nam angaz babe ayy asamb siyolungisa izinto owmalume bazohambisa amalobol ksasa ngoba❤️sesbanjezelwe isangoma ❤️ Ayy sihambe sidlule eskolen 🏫 sithath ingane

Part 11

Wahamba nam ngemoto wangshiya ekhaya ❤️naye wajika nomuntwana ❤️ Mangfika angkhululekil Kahl ngaxoshwa Phel kulomuzi ngekathi ngikhulelwe 🤰 Mangfika endlini ngafika bahlez etafuleni kuyadliwa 🥣 Mangfika ngyaBingelal bavumel phansi abasangbon nokungbon 😔 Ngafika ngazchaza Ukuthi ngiwuban ngzohla usuku olulodwa nghambe bajabuliswa nawukuth bazothola amalobolo
🐄🐄🐄🐄🐄🐄🐄🐄🐄🐄
Yohh bonk osisi bam abasebenz bath imisebenz abaythol abaganil banehubhe lezingane umuntu ushaya nga 4 eyedwa lapho lababantu Bano 26 kanje kodwa abaxoshwanga Min ngna 20 ngnomntan oyedwa futh sengthol nomsebenz ngymananger yase Restaurant ❤️ ayy kulalwek spitshan ngizwe ngfikelwa izinyembezi ebusuku ngenxa yosizi nokuhlupheka kanye nobuhlungu abangziswa bon lababantu
Ngbekezel ngingalel kuze kuse 😔💔ngiwavule omabili ngvuswa Nje amazwi asesangweni athi Sikhulekile ekhaya kwaMgaga kow Cebisa owMbuyisa akazange abalindise wabavulel masiny ejahe imali nezinkomo 🐄💸💸bamukelwa ngalotsholwa kwaqedwa wangen u babe sesqed konk ukulobol ❤️ ungena Nje emunyango uhamba no Boy 👨‍👦Wabe esememezile u BaBy weeee Aybo Mama vukani ningbukise lomthathakathi Nangu Lomama owabaleka nodadewethu Nguyen impela lomama
Please follow
👉Washona Wangishiya Nesisu Ngafika Naso Kubo

Address

Nqutu
Nqutu
3135

Telephone

+27715419131

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Londiwe Mgaga posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Organization

Send a message to Londiwe Mgaga:

Share

Category