IFP Ward 08 Mnambithi

IFP Ward 08 Mnambithi Sivuselela ithemba

Izolo iqembu leIFP kuWard08 livakashele Ezintabeni ngaphansi kobuholi buka sihlalo uMlele.Usihlalo was'Embizeni branch u...
15/02/2026

Izolo iqembu leIFP kuWard08 livakashele Ezintabeni ngaphansi kobuholi buka sihlalo uMlele.
Usihlalo was'Embizeni branch uCde uThusi nosihlalo waseNcwaba branch uCde uMkhulise ngokubambisana bafike banikela ngocingo lokubiya enduneni ubaba uHlubi.
Lolucingo oluzobiya ingadi yomphakathi lapho uzozilimela khona izitshalo njengama veggie.

Induna yendawo ibonge kakhulu uboholi beqembu leNkatha,nekhuthaze kakhulu ukuthi ukusebenzela abantu bengakuyeki njengalokhu Umtwana wakwaPhindangene kwakuyivesi ayelishumayela njalo emphakathini.



 !  ! 🐘🐘🐘✊
12/12/2025

! ! 🐘🐘🐘✊

Address

Ladysmith
3370

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when IFP Ward 08 Mnambithi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share