G-Zone Lifestyle

G-Zone Lifestyle G-Zone fitness Academy
Personal Trainer
Bookings0822237221

26/03/2026

Kakuselula le movement ibe iPolitical Party njenge Operation Dudula, igadwe ngestayela eKZN.

Ayigadile amaqembu epolitiki I March and March Movement kakuselula ukuba I political party. Wena ungabona besondela bezoyeseka kanti bazoyigada impela. Bayazi phela ukuthi eSouth Africa uma uke waba charismatic abantu bakuvotela ubuthaphuthaphu base besondela. Lokhu kushaya kakhulu I Action SA eyasondela kuqala manje ngeke isavuna lutho, kodwa yona bayozwelana nayo abavoti. MK, IFP always there, kulokhu uBishop Vusi Dube ufikile wenza kwangababikho abapiklela I ANC ngabokufika. Indala ipolitiki bantrabam. Ningasithuki ngoba ninenhlamba nina.

26/03/2026

What comes in your mind when you see Rowen Fernandez?
Canon South Africa

26/03/2026

Into engiyibaleke e back stage singasabonani intuthu.
Singamcela yini ezoshunqa eCarnival City?

26/03/2026
26/03/2026

Abaningi bavumelana no Ngizwe kulodaba lwabokufika 🚨. U Ngizwe uthi bonke abokufika abanamaphepha nabangenawo Ake basishayise ngomoya ‼️

Uthi u Ngizwe ngoba kuyefana nalaba abanamaphepha baningi abawathole ngomgunyathi ⛔

Syothi Mase sinemincele sihlunge emncelenike ⏩

Agree or disagree ⁉️

26/03/2026

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Enerst Makhele, Sihle Robert

03/03/2026

Are you saying Monnapuleng Saleng will help Masandawana to reach another Caf Champions League Finals ………?

03/03/2026

I Iran ithi iyolala ibonene namhlanje ‼️ ithi ibisakhiphe imidlwane manje ikhipha amagovu 🛑

I Iran ivele seyenze umonakalo omkhulu e Israel lapho ibhome khona I Security cabinet yakhona yasha yonke yawumlotha 💔

03/03/2026

Namanje uDonald Trump usayigqume ejele lendoda kanye nomkayo 🥱

Amasotsha ase Venezuela awakaze enze lutho uTrump ethatha umongameli wabo kanye ne-1st Lady 🚮

Address

888 Dubula Road
Johannesburg

Telephone

+27788882605

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when G-Zone Lifestyle posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share